COFI(Pty)Ltd
Office Hours / Trading Hours
Operational Locations
Introduction of COFI(Pty)Ltd
About COFI(Pty)Ltd
iCommodities Opportunity Focus InvestmentCOFI,inkampani egxile futhi nekholelwa kulezi,zingxenye ezine zomnotho Eyokuqala,Eyozolimo(Crop farming sector) Eyesibili,Eyokufuya izimbuzi nezinkomo(Livestock farming sector) Eyesithathu Eyokufuya izinkukhu(Poultry farming sector) Eyesine Eyezindlu(Housing sector),iCOFI(Pty)Ltd Izolwa nobuvila obukhungethe abantu bezwe lakithi nokugqugquzela intsha nabobonke abasenamandla ukuba balime baphinde bafuye ukuze kudaleke amathuba emisebenzi nokuziphilisa ezweni lethu.LELI ITHUBA LOKUNGENA EBHIZINISINI;Ukuze senze isiqiniseko sokuthi lezi,zingxenye ezine zomnotho esizibale ngenhla ziyenzeka iCOFI(Pty)Ltd ithathe isinqumo sokunikeza ithuba kumuntu ngamunye waseNingizimu neAfrika,Lokungena nokuthenga ubulungu bazo zonke lezi,zingxenye ezine,Okuwukulima,Ukufuya izimbuzi nezinkomo,Ukufuya izinkukhu kanye Nezezindlu,ESIKHATHINI ESIFUSHANE:I COFI(Pty)Ltd izolima imifino(Vegetables)elandelayo;Amazambane,Iklabishi,Utamatisi,U anyanisi,Ibhathanathi,Ubhithiludi,Isipinashi,Nolunye uhlobo lwemifino.KWEZOKUFUYA :I COFI(Pty)Ltd izokhiqhiza iphinde ifuye izinkukhu ezinamathambo athambile naqinile yonke imibala.Izokhiqiza iphine ifuye izimbuzi zesintu nezesilungu kany nezinkomo zobisi nezenyama.UKUNGENA NOKUTHENGA UBULUNGU;kuyi COFI(Pty)Ltd AMAKHULU AYISIHLANU AMARANDI(R500-00) KUPHELA